Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 24:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kepha izwi lenkosi lamahlula uJowabe nezinduna zempi. UJowabe nezinduna zempi basuka enkosini ukubala abantu bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Nokho izwi lenkosi lamahlula uJowabe nezinduna zempi. UJowabe nezinduna zempi baphuma ebusweni benkosi ukuba babale abantu bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Nokho-ke inkosi yayikhulume yaqokothisa kuJowabe, umkhuzi wempi, ngakho-ke laphumelela izwi layo. UJowabe nezikhulu zempi baphuma phambi kwenkosi, bahamba bayobala abantu bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 24:4
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJowabe wayesethi enkosini: “UJehova uNkulunkulu wakho uyakwenezela abantu ngokuphindwe kayikhulu, noma ngabe baningi kangakanani, namehlo enkosi yami, inkosi, akubone; kodwa inkosi yami, inkosi, ithokozelani lendaba?


Bawela iJordani, bamisa e-Aroweri ngakwesokunene komuzi ophakathi nomfula uGadi naseJazeri.


Kepha izwi lenkosi lamahlula uJowabe. UJowabe wayesesuka, wadabula u-Israyeli wonke, wafika eJerusalema.


Kepha ababelethisi babemesaba uNkulunkulu, abenzanga njengalokho inkosi yaseGibithe yayibayalile, bazala abafana.


Lapho ubala abantwana bakoIsrayeli njengomumo wabo, yilowo lalowo uzanikela eNkosini inhlawulo yomphefumulo wakhe, lapho ubabala; ukuze kungabikho inhlupho phakathi kwabo lapho Ubala.


Lapho kukhona izwi lenkosi, kunamandla; ngubani ongathi kuye: Wenzani?


UPetru nabanye abaphostoli baphendula bathi: “Simelwe ukulalela uNkulunkulu kunabantu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ