2 Samuweli 23:17 - Contemporary Zulu Bible 202417 Wathi: “Makube kude nami, Jehova, ukuba ngenze lokhu; akulona igazi lamadoda ahamba ngokuphila kwawo engozini na?” ngalokho akathandanga ukuwaphuza. Lezo zinto azenza lawa madoda amathathu anamandla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE17 Wathi: “Makube kude nami, Jehova, ukuba ngenze lokhu; kuyigazi lalabo bantu ababesuka besengozini.” Akavumanga ukuwaphuza. Lezo zinto zenziwa yilawa maqhawe amathathu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202017 Wathi: “Angizimisele neze, Simakade, ukuba ngenze lokhu; ngingaliphuza kanjani igazi lalaba bantu ababeke impilo yabo engcupheni?” Akavumanga ukuwaphuza. Yilezo-ke izinto ezenziwa yilawo maqhawe amathathu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |