Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 22:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 UJehova ungivuzile njengokulunga kwami; njengobumsulwa bezandla zami ungibuyisele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 “UJehova wangivuza ngokokulunga kwami; wangibuyisela njengokuhlanzeka kwezandla zami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 “USimakade ungivuzile ngokulunga kwami, wangibuyisela njengobumsulwa bezandla zami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 22:21
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngakho uJehova ungibuyisele njengokulunga kwami; njengokuhlanzeka kwami phambi kwamehlo akhe.


Wayesethi uSolomoni: “Wenze umusa omkhulu encekwini yakho, ubaba uDavide, njengoba ayehamba phambi kwakho ngeqiniso, nangokulunga, nangobuqotho benhliziyo kuwe; umgcinele lomusa omkhulu ukuthi umnike indodana ukuba ihlale esihlalweni sakhe sobukhosi njenganamuhla.


Yizwa-ke usezulwini, wenze, wahlulele izinceku zakho ngokulahla omubi, ubeke indlela yakhe phezu kwekhanda lakhe; nolungileyo, amnike njengokulunga kwakhe.


Futhi olungileyo uyogcina indlela yakhe, futhi onezandla ezihlanzekile uyoba namandla futhi aqine.


Futhi, inceku yakho iyaxwayiswa yizo, futhi ukuzigcina kukhona umvuzo omkhulu.


Onezandla ezihlanzekileyo nenhliziyo ehlanzekileyo; ongaphakamiseli umphefumulo wakhe ezeni nongafunganga amanga.


UJehova uyakwahlulela izizwe; ngahlulele, Jehova, njengokulunga kwami nangobuqotho bami obukimi.


Bheka, olungileyo uyakuphindiselwa emhlabeni, kakhulu omubi nesoni.


Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, yibani ngabagxilile, abangaxegiyo, abavame njalo emsebenzini weNkosi, nazi ukuthi ukusebenza kwenu akusilo ize eNkosini.


Sondelani kuNkulunkulu, laye uzasondela kini. Hlambululani izandla nina zoni; nihlanze izinhliziyo zenu nina eninhliziyombili.


UJehova uyabuyisela, kube yilowo nalowo ukulunga kwakhe nokuthembeka kwakhe, ngokuba uJehova ukunikele esandleni sami namuhla, kepha angithandanga ukwelulela isandla sami kogcotshiweyo kaJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ