2 Samuweli 20:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Kepha u-Amasa akayinaka inkemba eyayisesandleni sikaJowabe; wafa. UJowabe nomfowabo u-Abishayi bamxosha uSheba indodana kaBigi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Kodwa u-Amasa akayinakanga inkemba eyayisesandleni sikaJowabe; wamgwaza ngayo esiswini, wachithela izibilini zakhe emhlabathini; wafa engamphindanga. OJowabe no-Abishayi umfowabo bamxosha uSheba indodana kaBikri. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202010 U-Amasa akayinakanga inkemba eyayiphethwe nguJowabe ngesandla. UJowabe wamgwaza kanye ngayo esiswini, izibilini zakhe zachithekela emhlabathini, wafa ujuqu. Akamphindanga. UJowabe no-Abhishayi, umfowabo, baqhubeka bexosha uSheba, indodana kaBhikhiri. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |