Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 2:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kodwa wala ukuphambuka; ngalokho u-Abineri wamgwaza ngengemuva lomkhonto ngaphansi kombambo lwesihlanu, kwaze kwaphuma umkhonto emva kwakhe; wawela khona lapho, wafela khona lapho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wala nokho ukuchezuka; ngalokho u-Abineri wamgwaza esiswini ngesidunu somkhonto, waze waphuma emuva umkhonto; wawela khona, wafela khona lapho; kwathi bonke abafika endaweni u-Asaheli awele kuyo wafa, bema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Kepha wenqaba ukuchezuka. U-Abhineri wamgwaza esiswini ngesidunu somkhonto, umkhonto waze wayophumela ngemuva. Wawela lapho, wafa. Bonke abafika endaweni lapho u-Asaheli ayewele khona, wafa, babema bathule du!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 2:23
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

OJowabe no-Abishayi nabo bamxosha u-Abineri, lashona ilanga befika entabeni yase-Ama engaphambi kweGiya endleleni eya ehlane laseGibeyoni.


Kepha u-Amasa akayinaka inkemba eyayisesandleni sikaJowabe; wafa. UJowabe nomfowabo u-Abishayi bamxosha uSheba indodana kaBigi.


U-Abineri esebuyele eHebroni, uJowabe wamthathela eceleni esangweni ukuba akhulume naye ngasese, wamgwaza lapho esiswini, wafa ngenxa yegazi lika-Asaheli umfowabo.


UJowabe nomfowabo u-Abishayi bambulala u-Abineri, ngokuba wayebulele umfowabo u-Asaheli empini eGibeyoni.


Basebefika lapho phakathi kwendlu, kungathi bayolanda ukolweni; bamshaya esikhunjeni sesihlanu, uRegabi noBhana umfowabo babaleka.


Inkosi nabantu bayo baya eJerusalema kumaJebusi akhileyo kulelo zwe, bakhuluma kuDavide, bathi: “Uma ungabasusi abayizimpumputhe nezinyonga, aniyikungena lapha;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ