Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 2:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 U-Abineri wayesethi kuye: “Phendukela ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo sakho, ubambe enye yezinsizwa, uzithathele izikhali zayo.” Kodwa u-Asaheli akazange aphambuke ekumlandeleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 U-Abineri wayesethi kuye: “Chezukela ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo, ubambe enye yezinsizwa, uthathe izikhali zakhe.” Kepha u-Asaheli akavumanga ukuchezuka ekumlandeleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 U-Abhineri wathi kuye: “Chezuka uye ngakwesokudla noma ngakwesokunxele, uthathe enye yezinsizwa, uzithathele kuyo impango.” Kepha u-Asaheli akazange achezuke, waqhubeka wamhubha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 2:21
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abineri wayesebheka emva kwakhe, wathi: “Wena u-Asaheli na?” Wathi: “Nginguye.”


U-Abineri wabuye wathi ku-Asaheli: “Suka ekungisukeleni; kungani kufanele ngikushaye phansi? ngingabumisa kanjani ubuso bami kuJowabe umfowenu na?


UMoya kaJehova wehlela phezu kwakhe, wehlela e-Ashikeloni, wabulala kubo abantu abangamashumi amathathu, wathatha impango yabo, wanika abachaza imfihlakalo izingubo. Intukuthelo yakhe yavutha, wakhuphukela endlini kayise.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ