Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 19:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 Inkosi yasiwela, yaya eGiligali, loKimihamu wahamba layo; bonke abantu bakwaJuda bahola inkosi, nenxenye yabantu bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Yayisiwela inkosi, yaya eGiligali, noKimihamu wawela nayo; bonke abantu bakwaJuda bayiwelisa inkosi kanye nenxenye yabantu bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

40 Yayisiwela inkosi, yaya eGiligali, noKhimihamu wawela nayo; bonke abantu bakwaJuda bayiwelisa inkosi kanye nengxenye yabakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 19:40
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Intonga yobukhosi ayiyikusuka kuJuda, nomniki-mthetho phakathi kwezinyawo zakhe aze afike uShilo; futhi kuyakuba kuye ukubuthwa kwabantu.


U-Abisalomu owasigcoba phezu kwethu wafela empini. Pho, kungani ungakhulumi izwi ukubuyisela inkosi?


Inceku yakho mayibuyele emuva, ukuze ngifele emzini wami, ngimbelwe ethuneni likababa nomame. Kodwa bheka, inceku yakho uKimhamu; makawele nenkosi yami, inkosi; wenze kuye okuhle kuwe.


Bonke abantu baba nokuxabana ezizweni zonke zakwa-Israyeli, bathi: “Inkosi yasophula esandleni sezitha zethu, yasophula esandleni samaFilisti; manje wabaleka u-Abisalomu ezweni.


Izixuku ezazihamba ngaphambili neziyilandela zamemeza zathi: “Hosana kuyo iNdodana kaDavide! Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi; Hosana kweliphezulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ