Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 19:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 UShimeyi indodana kaGera, umBenjamini, waseBahurimi, wehla masinyane namadoda akwaJuda ukuyohlangabeza inkosi uDavide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 UShimeyi indodana kaGera umBenjamini waseBahurimi washesha wehla nabantu bakwaJuda ukuyihlangabeza inkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 UShimeyi, indodana kaGera, umBhenjamini waseBhahurimi, washesha wehla namadoda akwaJuda ukuyohlangabeza inkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 19:16
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Indoda yakhe yahamba naye ikhala emva kwakhe kwaze kwaba seBahurimi. U-Abineri wayesethi kuye: “Hamba, ubuye.” Wabuya.


Bheka, unawe uShimeyi indodana kaGera wakwaBenjamini waseBahurimi, owangithuka ngesiqalekiso esibi mhla ngiya eMahanayimi; kepha wehla ukungihlangabeza eJordani, ngafunga kuye uJehova, ngathi: ‘Angiyikukubulala ngenkemba.’


USathane wamphendula uJehova, wathi: Isikhumba ngesikhumba, yebo, konke umuntu anakho uyakunika ngokuphila kwakhe.


Vumelana masinyane nesitha sakho, usesendleleni naso; funa omelene nawe akunikele kumahluleli, umahluleli akunikele esikhonzini, uphonswe etilongweni.


Kumelwe wehlele phambi kwami eGiligali; bheka, ngiza kini ukunikela ngeminikelo yokushiswa nokuhlabela iminikelo yokuthula; uyakuhlala izinsuku eziyisikhombisa ngize ngifike kuwe, ngikutshele omelwe ukwenze.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ