Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 18:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Inkosi yabayala oJowabe no-Abishayi no-Ithayi, yathi: “Yibani mnene nensizwa ku-Abisalomu.” Bonke abantu bezwa lapho inkosi iyala zonke izikhulu ngo-Abisalomu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Inkosi yabayaleza oJowabe no-Abishayi no-Ithayi, yathi: “Anoyiphatha kahle insizwa ngenxa yami, ngisho u-Abisalomu.” Bonke abantu bezwa, lapho inkosi iyaleza zonke izinduna ngo-Abisalomu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Inkosi yayaleza uJowabe, u-Abhishayi no-Ithayi, yathi: “Anoyiphatha kahle insizwa ngenxa yami; ngisho u-Absalomu.” Bonke abantu bezwa lapho inkosi iyaleza zonke izinduna ngo-Absalomu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 18:5
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wayesethi ku-Abishayi nakuzo zonke izinceku zakhe: “Bhekani, indodana yami eyaphuma ezibilinini zami ifuna ukuphila kwami; kakhulu kangakanani lo wakwaBenjamini angakwenza manje? makame, aqalekise; ngokuba uJehova wamyala.


U-Abisalomu nawo onke amadoda akwa-Israyeli bathi: “Iseluleko sikaHushayi um-Arki singcono kuneseluleko sika-Ahithofeli. Ngokuba uJehova wanquma ukuchitha iseluleko esihle sika-Ahithofeli, ngenjongo yokuthi uJehova uzomehlisela okubi u-Abisalomu.


Wayesethi lowo muntu kuJowabe: “Noma ngathola esandleni sami amashekeli ayinkulungwane esiliva, bengingeke ngiphakamise isandla sami endodaneni yenkosi, ngokuba inkosi yayala wena no-Abishayi no-Ithayi phambi kwezindlebe zethu, yathi: “Dlulani! akekho othinta insizwa u-Absalomu.


Kwabikwa kuJowabe ukuthi: “Bheka, inkosi iyakhala, ililela u-Abisalomu.”


Njengoyise ehawukela abantwana bakhe, kanjalo uJehova uhawukela abamesabayo.


UJesu wayesethi: “Baba, bathethelele; ngoba kabakwazi abakwenzayo. Babelana izingubo zakhe, benza inkatho yokuphosa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ