2 Samuweli 18:24 - Contemporary Zulu Bible 202424 UDavide wahlala phansi phakathi kwamasango omabili, umlindi wakhwela ophahleni lwesango odongeni, waphakamisa amehlo akhe, wabheka, nanko umuntu egijima yedwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE24 UDavide wayehlezi emkhathini wamasango omabili; umlindi wakhuphukela ophahleni lwesango ngasogangeni, waphakamisa amehlo akhe, wabheka, nanguya umuntu egijima eyedwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202024 UDavide wayehlezi phakathi kwamasango, elingaphakathi nelingaphandle; umlindi wakhuphukela ophahleni lwesango ngasogangeni lomuzi, waphakamisa amehlo akhe, wabona umuntu egijima yedwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |