Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 16:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 U-Abisalomu wayesethi ku-Ahithofeli: “Cemani phakathi kwenu ukuthi siyakwenzani.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Wayesethi u-Abisalomu ku-Ahithofeli: “Sipheni isiluleko sokuthi siyakwenze njani.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Wayesethi u-Absalomu ku-Ahithofeli: “Sinike iseluleko sakho, senzenjani, na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 16:20
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abisalomu wathumela wabiza u-Ahithofeli waseGiloni, umeluleki kaDavide, emzini wakubo eGilo, esanikela imihlatshelo. Uzungu lwaqina; abantu banda njalo ku-Abisalomu.


Futhi ngizakhonza bani? angiyikukhonza phambi kwendodana yakhe na? njengalokho ngakhonza phambi kukayihlo, ngiyakuba njalo phambi kwakho.


U-Ahithofeli wayesethi ku-Abisalomu: “Ngena kuzo izancinza zikayihlo azishiyile ukuba zilinde indlu; wonke u-Israyeli uyakuzwa ukuthi unengwa nguyihlo; khona izandla zabo bonke abanawe ziyakuba namandla.


Amakhosi omhlaba azilungisile, nababusi benza icebo ngoJehova nangogcotshiweyo wakhe, bathi:


Wozani sibaphathe ngokuhlakanipha; ukuze bangande, futhi uma kuqubuka noma iyiphi impi, nabo bazihlanganisa nezitha zethu futhi balwe nathi futhi kanjalo bahoxe ezweni.


Akukho kuhlakanipha, nokuqonda, nasiluleko esingamelana noJehova.


Maye kulabo abazama ukufihlela uJehova amacebo abo, lemisebenzi yabo isebumnyameni, bathi: Ngubani osibonayo? futhi ngubani esimaziyo?


Celanani icebo, kepha liyachitheka; khulumani izwi, kodwa aliyikuba, ngokuba uNkulunkulu unathi.


Kwathi sekusile, bonke abapristi abakhulu namalunga esizwe benza icebo ngoJesu ukuba bambulale;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ