Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 15:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 U-Abisalomu wenze njalo ku-Israyeli wonke abeza enkosini ukuba ahlulele; u-Abisalomu weba izinhliziyo zamadoda akwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wenze njalo u-Abisalomu kubo bonke abakwa-Israyeli abeza enkosini ngamacala; u-Abisalomu weba izinhliziyo zabantu bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 U-Absalomu wayenza kanjalo kubo bonke abakwa-Israyeli ababeza enkosini ngamacala. U-Absalomu wazeba kanjalo-ke izinhliziyo zabantu bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 15:6
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwasekufika isithunywa kuDavida sathi: Izinhliziyo zamadoda akoIsrayeli zilandela uAbisalomu.


Umzenzisi ngomlomo wakhe uyabulala umakhelwane wakhe, kepha abalungileyo bayakusindiswa ngolwazi.


Ngibonile bonke abaphilayo abahamba phansi kwelanga kanye nomntwana wesibili oyakuvela esikhundleni sakhe.


Empahleni yakhe kuyakuvela umuntu odelelayo, abangayikumnika udumo lombuso; kodwa uyongena ngokuthula futhi azuze ubukhosi ngokuthopha.


Ngokuba abanjalo kabakhonzi iNkosi yethu uJesu Kristu, bakhonza isisu sabo; nangamazwi amahle namnandi bakhohlisa izinhliziyo zabangenalwazi.


Ngokuhaha bayakunenza ngamazwi obuqili; ukwahlulelwa kwabo kwakudala akulibali, nokubhujiswa kwabo akozeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ