Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 15:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngasemuva u-Abisalomu wamlungisela izinqola, namahhashi, nabantu abangamashumi ayisihlanu ukuba bagijime phambi kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi emva kwalokho u-Abisalomu wazilungiselela inqola, namahhashi, nabantu abangamashumi ayisihlanu ukuba bagijime phambi kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Kwathi emveni kwalokho u-Absalomu wazakhela inqola yempi, wazitholela amahhashi, namadoda angama-50 ayezogijima phambi kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 15:1
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, ngiyakukuvusela okubi okuvela endlini yakho, ngithathe omkekho phambi kwamehlo akho, ngibanike umakhelwane wakho, alale nawomkekho phambi kwamehlo aleli langa.


Inkosi yasisithi kubo: Thathani izinceku zenkosi yenu, lihambe lani, uSolomoni indodana yami agibele umnyuzi wami, limehlisele eGihoni.


U-Adoniya indodana kaHagiti waziphakamisa, wathi: “Mina ngiyakuba yinkosi; wamlungisela izinqola, nabamahhashi, nabantu abangamashumi ayisihlanu ukuba bagijime phambi kwakhe.


Abanye bathemba izinqola, abanye amahhashi, kepha thina siyakulikhumbula igama likaJehova uNkulunkulu wethu.


Lapho kufika ukuzidla, kufika ihlazo, kepha kwabaphansi kukhona ukuhlakanipha.


Ukuzidla kwandulela ukubhujiswa, nomoya ozidlayo wandulela ukuwa.


Uthanda iziphambeko othanda ukuxabana, lophakamisa isango lakhe ufuna ukubhujiswa.


Kodwa akumelwe azandisele amahhashi futhi angavumeli abantu babuyele eGibhithe ukuze andise amahhashi;


Wathi: “Nansi indlela yenkosi eyakubusa phezu kwenu: iyakuthatha amadodana enu, iwamisele wona abe yizinqola zayo nangabamahhashi bayo; abanye bayakugijima phambi kwezinqola zakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ