Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 13:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 U-Abisalomu wayesefika enkosini, wathi: “Bheka, inceku yakho inabagundi bezimvu; inkosi nezinceku zayo mayihambe nenceku yakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 U-Abisalomu waya enkosini, wathi: “Bheka, inceku yakho inabagundi; mayihambe inkosi nezinceku zayo nenceku yakho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 U-Absalomu waya enkosini wafike wathi: “Inceku yakho inabagundi, iyacela ukuba nenkosi ize nezinceku zayo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 13:24
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi ngokuhamba kwesikhathi yafa indodakazi kaShuwa umkaJuda; uJuda eseduduzekile wakhuphukela kubagundi bezimvu zakhe eThimna, yena nomngane wakhe uHira wase-Adulamu.


Kwathi emva kweminyaka emibili egcweleyo u-Abisalomu wayenabagundi bezimvu eBali Hazori eliseduze no-Efrayimi; u-Abisalomu wamema wonke amadodana enkosi.


Inkosi yathi ku-Abisalomu: “Qha, ndodana yami, mawungahambi sonke manje, funa singabi nacala kuwe.” Wamcindezela, kepha akavumanga ukuhamba, wambusisa.


Bakhuluma okuyize, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe; ngezindebe ezithophayo, bakhuluma ngenhliziyo embaxa-mbili.


Amazwi omlomo wakhe abushelelezi kunebhotela, kepha inhliziyo yakhe yayilwa; amazwi akhe ayethambile kunamafutha, nokho ayeyizinkemba ezihoshiwe.


Manje ngizwile ukuthi unabagundi; manje abelusi bakho ababe nathi, asibalimazanga, abasweli lutho ngaso sonke isikhathi beseKarmeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ