Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 13:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kwathi emva kweminyaka emibili egcweleyo u-Abisalomu wayenabagundi bezimvu eBali Hazori eliseduze no-Efrayimi; u-Abisalomu wamema wonke amadodana enkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kwathi emva kweminyaka emibili epheleleyo u-Abisalomu wayenabagundi bezimvu eBali Hasori eliseduze no-Efrayimi; u-Abisalomu wamema onke amadodana enkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Kwathi sekwedlule iminyaka emibili yonke, abagundi bezimvu baka-Absalomu babeseBhali Hazori eliseduzane nakwa-Efrayimi, u-Absalomu wamema wonke amadodana enkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 13:23
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ULabani wahamba ukuyogunda izimvu zakhe, uRaheli weba izithombe zikayise.


U-Abisalomu wayesefika enkosini, wathi: “Bheka, inceku yakho inabagundi bezimvu; inkosi nezinceku zayo mayihambe nenceku yakho.


Wahlaba izinkomo nezinkomo ezikhulupheleyo nezimvu ngobuningi, wabiza onke amadodana enkosi no-Abiyathara umpristi noJowabe induna yempi; kodwa kayibizanga inceku yakho uSolomoni.


Ngoba wehlile namuhla wahlaba izinkomo nezinkomo ezikhulupheleyo nezimvu ngobuningi, wabiza wonke amadodana enkosi nezinduna zempi no-Abiyathara umpristi; bheka, bayadla, baphuze phambi kwakhe, bathi: ‘Mayisindise inkosi u-Adoniya!


U-Adoniya wahlaba izimvu nezinkomo namathole akhuluphalisiweyo ngasetsheni laseSoheleti elingase-Eni Rogeli, wamema bonke abafowabo, amadodana enkosi, nawo wonke amadoda akwaJuda, izinceku zenkosi.


UMesha, inkosi yakwaMowabi, wayengumalusi, wabuyisela enkosini yakwa-Israyeli amawundlu ayizinkulungwane eziyikhulu nezinqama eziyizinkulungwane eziyikhulu kanye noboya.


Wakha nemibhoshongo ehlane, wemba imithombo eminingi, ngokuba wayenemfuyo eningi emathafeni nasemathafeni; nabalimi nabasebenzi bezivini ezintabeni naseKarmeli, ngokuba wayethanda ukulima.


Kwakukhona umuntu eMahoni omfuyo yakhe yayiseKarmeli; lowo muntu wayemkhulu kakhulu, enezimvu eziyizinkulungwane ezintathu nezimbuzi eziyinkulungwane; wayezigunda izimvu zakhe eKarmeli.


U-Abigayili wafika kuNabali; bheka, wayenedili endlini yakhe njengedili lenkosi; inhliziyo kaNabali yayijabule phakathi kwakhe, ngokuba wayedakwe kakhulu; ngalokho akamtshelanga lutho, okukhulu noma okuncane, kwaze kwasa.


UDavide wezwa ehlane ukuthi uNabali ugundile izimvu zakhe.


Manje ngizwile ukuthi unabagundi; manje abelusi bakho ababe nathi, asibalimazanga, abasweli lutho ngaso sonke isikhathi beseKarmeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ