Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 12:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Wathatha umqhele wenkosi yabo ekhanda lakhe, isisindo sawo sasiyitalenta legolide, namatshe ayigugu, wafakwa ekhanda likaDavide. Wakhipha impango yomuzi ngobuningi obukhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Wathatha umqhele wenkosi yabo ekhanda layo; isisindo sawo sasiyitalenta* legolide, itshe eliyigugu likuwo; wabekwa ekhanda likaDavide; wakhipha emzini impango eningi kakhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Wathatha umqhele wenkosi yabo ekhanda layo; isisindo sawo sasiyithalenta legolide, itshe eliyigugu likuwo; wabekwa ekhanda likaDavide; waphanga impango eningi kakhulu kulowo muzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 12:30
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wabutha bonke abantu, waya eRaba, walwa nalo, walithatha.


UDavida wasethatha umqhele wenkosi yabo ekhanda layo, wathola isisindo sayo siyitalenta legolide, lamatshe aligugu kuwo; yabekwa ekhanda likaDavide, naye waletha impango eningi emzini.


Ngoba umvimba ngezibusiso zokulunga; Wafaka ekhanda lakhe umqhele wegolide elicwengekileyo.


Bese uthatha isiliva negolide, wenze imiqhele, uyibeke ekhanda likaJoshuwa indodana kaJehodeki umpristi omkhulu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ