Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 12:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Izinceku zakhe zathi kuye: “Kuyini lokhu okwenzileyo na?” Wazila ukudla, wakhala ngomntwana esaphila; kodwa esefile umntwana, wavuka wadla isinkwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Zase zithi izinceku zakhe kuye: “Yintoni le oyenzileyo na? Wazila ukudla, wakhala ngomntwana esekhona, kepha lapho esefile, uvukile wadla.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Izinceku zakhe zathi kuye: “Yini le oyenzileyo ngenxa yomntwana na? Umntwana esaphila uzile ukudla, wakhala, lapho esefile, wasukuma wadla ukudla.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 12:21
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wayesesuka emhlabathini, wageza, wamgcoba, washintsha izingubo zakhe, wangena endlini kaJehova, wakhuleka; wacela, babeka isinkwa phambi kwakhe, wadla.


Wathi: “Umntwana esaphila, ngazila ukudla, ngakhala, ngokuba ngathi: ‘Ngubani ongazi, uma uNkulunkulu eyakuba nomusa kimi, ukuze umntwana aphile?


Ngiyakuncenga, Jehova, khumbula ukuthi ngihambe phambi kwakho ngeqiniso nangenhliziyo epheleleyo, ngenza okuhle emehlweni akho. UHezekiya wakhala kamunyu.


Kepha ongowomoya uhlola zonke izinto, kepha yena akahlolwa ngumuntu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ