2 Samuweli 11:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 U-Uriya wathi kuDavide: “Umphongolo no-Israyeli noJuda bahlala ematendeni; inkosi yami uJowabe nezinceku zenkosi yami bakanise endle; ngiyakungena endlini yami ukuba ngidle, ngiphuze, ngilale nomkami na? uma niphila, nokuphila komphefumulo wenu, angiyikuyenza le nto. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 U-Uriya wathi kuDavide: “Umphongolo, no-Israyeli, noJuda bahlezi emadokodweni; inkosi yami uJowabe nezinceku zenkosi yami zimisile endle; mina-ke, pho, ngingene endlini yami, ngidle, ngiphuze, ngilale nomkami na? Kuphila kwakho nokuphila komphefumulo wakho, angiyikuyenza leyo nto.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202011 U-Uriya wathi kuDavide: “Umphongolo, u-Israyeli, noJuda bahlezi emadokodweni. Inkosi yami, uJowabe nezinceku zenkosi yami, bakanise endle. Pho mina ngingangena kanjani endlini yami, ngidle, ngiphuze, ngilale nomkami na? Ngifunga ngiyagomela phambi kwakho, angisoze ngakwenza lokho.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Inkosi yasisithi: Isandla sikaJowabi kasilawe yini kukho konke lokhu? Owesifazana waphendula wathi: Kusaphila umphefumulo wakho, nkosi yami, nkosi, kakulamuntu ongaphambukela ngakwesokunene langakwesokhohlo kukho konke inkosi yami, inkosi ekukhulumileyo; ngoba inceku yakho uJowabe ingilayile, lamazwi wonke asemlonyeni wenceku yakho.