Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 10:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 UDavida wasesithi: Ngizamenzela umusa uHanuni indodana kaNahashi, njengoba uyise wangenzela umusa. UDavide wathumela ngesandla sezinceku zakhe ukumduduza ngoyise. Izinceku zikaDavide zafika ezweni labantwana bakwa-Amoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 UDavide wathi: “Ngiyakumenzela umusa uHanuni indodana kaNahashi, njengalokho uyise angenzela umusa.” UDavide wayesethuma ngesandla sezinceku zakhe ukumduduza ngoyise. Zafika-ke izinceku zikaDavide ezweni labantwana bakwa-Amoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 UDavide wathi: “Ngiyakumenzela umusa uHanuni, indodana kaNahashi, njengoba uyise angenzela ububele.” UDavide wathumela izinceku zakhe ukuba ziyomduduza ngoyise. Izinceku zikaDavide zafika kwa-Amoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 10:2
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide esefikile eMahanayimi, noSobi indodana kaNahashi eRaba labantwana bakwa-Amoni, noMagiri indodana ka-Amiyeli eLodebari, noBarizilayi wakwaGileyadi waseRogelimi,


Wayesekhuphuka uNahashi, umAmoni, wamisa malungana neJabeshi kwaGileyadi; onke amadoda aseJabeshi athi kuNahashi: Yenza isivumelwano nathi, sikukhonze.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ