2 Samuweli 10:18 - Contemporary Zulu Bible 202418 Ama-Aramu abaleka phambi kuka-Israyeli; uDavide wabulala kuma-Aramu izinqola ezingamakhulu ayisikhombisa nabamahhashi abayizinkulungwane ezingamashumi amane, wabulala noSobagi induna yempi, wafela khona. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Ama-Aramu abaleka phambi kuka-Israyeli; uDavide wabulala kuma-Aramu izinqola ezingamakhulu ayisikhombisa nabamahhashi abayizinkulungwane ezingamashumi amane, wamshaya uShobaki induna yempi yabo, wafela khona lapho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202018 Ama-Aramu abaleka phambi kukaDavide, wabulala ama-Aramu angama-700 ayegibele izinqola zempi, nabamahhashi abayizi-40 000. UShobhakhi, umkhuzi wempi yawo, bamshaya, wafela khona lapho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |