Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 10:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Lapho uDavide etshelwa, wabutha wonke u-Israyeli wawela iJordani wafika eHelamu. Ama-Aramu azihlela ukuhlangabezana noDavide, alwa naye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UDavide watshelwa, wabutha wonke u-Israyeli, wawela iJordani, wafika eHelamu. Ama-Aramu azihlela ukuhlangabezana noDavide, alwa naye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Kwathi uDavide angabikelwa ngalokho, wayeseqoqa wonke u-Israyeli, wawela iJordani, waya eHelamu. Ama-Aramu athumela impi ukuze abhekane noDavide, alwe naye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 10:17
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UHadadezeri wathumela wakhipha ama-Aramu ayengaphesheya koMfula, afika eHelamu; uShobagi, induna yempi kaHadadezeri, waphuma phambi kwabo.


Ama-Aramu abaleka phambi kuka-Israyeli; uDavide wabulala kuma-Aramu izinqola ezingamakhulu ayisikhombisa nabamahhashi abayizinkulungwane ezingamashumi amane, wabulala noSobagi induna yempi, wafela khona.


Kwabikwa kuDavide; wabutha wonke u-Israyeli, wawela iJordani, wababulala, walwa nabo. Lapho uDavide elwa nama-Aramu, alwa naye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ