2 Samuweli 1:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 UDavide wayesethi kuye: “Awuzange wesabe kanjani ukwelula isandla sakho ukubhubhisa ogcotshiweyo weNkosi na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 UDavide wathi kuyo: “Yini ukuba ungesabanga ukwelula isandla sakho, ubhubhise ogcotshiweyo kaJehova, na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202014 UDavide wathi kuyo: “Yini ekwenze ungesabi ukuphakamisa isandla sakho ubulale ogcotshiweyo kaSimakade na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.