Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 kwabaseKorinte 8:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngokuba ngokwamandla abo ngiyafakaza, yebo, nangaphezu kwamandla abo bazinikela ngokuzithandela;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 ngokuba ngokwawo anikela njengamandla awo, yebo, ngiyafakaza ngithi, nangaphezu kwamandla awo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Ngokuba ngingafakaza ukuthi anikela engaphoqiwe ngokwamandla awo nangaphezu kwamandla awo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Ngokuba ngokwamandla abo ngiyafakaza, yebo, nangaphezu kwamandla abo bazinikela ngokuzithandela;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 kwabaseKorinte 8:3
22 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantu bajabula, ngokuba banikela ngenhliziyo, ngokuba bahlabela uJehova ngenhliziyo epheleleyo; nenkosi uDavide yathokoza ngentokozo enkulu.


Abantu bakho bayakuvuma ngosuku lwamandla akho, ebuhleni bobungcwele kwasesizalweni; unamazolo obusha bakho.


Abantwana bakwa-Israyeli baletha umnikelo wesihle kuJehova, bonke abesilisa nabesifazane abanhliziyo yabo yabavumela ukuba balethe yonke imisebenzi eyayaleza uJehova ngesandla sikaMose ukuba yenziwe.


Thathani phakathi kwenu umnikelo kaJehova; igolide nesiliva nethusi,


Wenze abengakwenza; useze wagcobela umzimba wami ukungcwatshwa.


Khona abafundi bazimisela, kwaba yilowo nalowo njengamandla akhe, ukuthumela usizo kubazalwane abakhileyo eJudiya.


Ngokuba ngiyabafakazela ukuthi banentshiseko ngoNkulunkulu, kodwa kungengokokwazi.


Ngosuku lokuqala lweviki yilowo nalowo kini makabeke eceleni kwakhe njengokuphumelelayo kukaNkulunkulu, ukuze kungabikho ukubuthwa, lapho ngifika.


Ngokuba uma ngikwenza lokho ngokuzithandela, nginomvuzo;


Pho-ke iphi isibusiso enakhuluma ngaso na? ngokuba ngiyanifakazela ukuthi, uma bekungenzeka, beniyakukhupha amehlo enu, ninginike wona.


Ngokuba nguNkulunkulu osebenza kini nokuthanda nokwenza njengentando yakhe enhle.


Ngokuba ngiyamfakazela ukuthi unentshiseko enkulu ngani, nabaseLawodikeya, nabaseHiyerapholi.


Kanjalo njengoba besinilangazela, sathanda ukuninika kungesilo ivangeli likaNkulunkulu kuphela, kepha nemiphefumulo yethu uqobo, ngokuba nanithandeka kithi.


Kodwa ngaphandle kwakho kangiyikwenza lutho; ukuze inzuzo yakho ingabi njengengokucindezelwa, kodwa ngokuzithandela.


Uma umuntu ekhuluma, makakhulume njengokwamazwi kaNkulunkulu; uma umuntu ekhonza, makakhonze ngokwamandla awaphiwa nguNkulunkulu, ukuze uNkulunkulu akhazinyuliswe ezintweni zonke ngoJesu Kristu, makube kuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen.


Yalusani umhlambi kaNkulunkulu ophakathi kwenu, niwubheke, kungabi ngokucindezelwa, kodwa ngokuzithandela; kungabi ngenzuzo eyichilo, kodwa ngenhliziyo evumayo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ