Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 kwabaseKorinte 2:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kodwa ngazimisela lokhu ngokwami ukuthi ngingabuyi ngize kini ngidabukile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kepha ngazimisela lokhu nami ngokwami ukuthi angisayikuza kini nginokudabuka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Kepha nganquma ukuba ngingezi futhi kini ukunidabukisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kodwa ngazimisela lokhu ngokwami ukuthi ngingabuyi ngize kini ngidabukile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 kwabaseKorinte 2:1
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Khona abafundi bazimisela, kwaba yilowo nalowo njengamandla akhe, ukuthumela usizo kubazalwane abakhileyo eJudiya.


Kwathi ukuphikisana nokuphikisana kukaPawulu noBarnaba okungekuncane nabo, banquma ukuba uPawulu noBarnaba, nabanye kubo, bakhuphukele kubaphostoli namalunga eJerusalema ngalowo mbuzo.


UBarnabasi wazimisela ukuhamba noJohane othiwa uMarku.


Ngokuba nganquma ukungazi lutho phakathi kwenu, kuphela uJesu Kristu, naye obethelwe esiphambanweni.


Nifunani? Ngize kini ngenduku, noma ngothando, nomoya wobumnene na?


Ngokuba mina, njengokuba ngingekho ngomzimba, kepha ngikhona ngomoya, sengahlulele owenze lesisenzo njengokungathi ngikhona;


Futhi ngibiza uNkulunkulu abe ngufakazi emphefumulweni wami, ukuthi ukuniyeka angikafiki eKorinte.


Ngakho-ke ngibhala lezizinto ngingekho, ukuze kuthi nxa ngikhona ngingenzi kabukhali ngokwamandla iNkosi engiphiwe wona, ukwakha, kungabi awokubhidliza.


Ngoba ekuhluphekeni okukhulu lobuhlungu benhliziyo ngalibhalela ngezinyembezi ezinengi; kungeyisikho ukuthi nidabuke, kodwa ukuze nazi uthando enginithanda kakhulu ngalo.


Nxa ngithuma u-Artemase kuwe noma uThikhiku, khuthala ukuza kimi eNikopholi, ngokuba nginqume ukuhlala khona ebusika.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ