Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 kwabaseKorinte 1:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kepha thina ngokwethu sasinesigwebo sokufa, ukuze singazethembi thina, kodwa sethembe uNkulunkulu ovusa abafileyo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Yebo, thina ngokwethu sasizizwele ukuthi sinqunyelwe ukufa, ukuze singazethembi thina, kodwa sethembe uNkulunkulu ovusa abafileyo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Thina ngokwethu sazibonela ukufa, ukuze singazethembi thina, kodwa sethembele kuNkulunkulu ovusa abafileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Kepha thina ngokwethu sasinesigwebo sokufa, ukuze singazethembi thina, kodwa sethembe uNkulunkulu ovusa abafileyo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 kwabaseKorinte 1:9
20 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Khona-ke ngiyovuma kuwe ukuthi isandla sakho sokunene singakusindisa.


Bonke abakhulupheleyo emhlabeni bayakudla, bakhuleke; bonke abehlela othulini bayakukhothama phambi kwakhe; futhi akekho ongagcina umphefumulo wakhe uphila.


Omubi uyaxoshwa ebubini bakhe, kepha olungileyo ulindela ukufa kwakhe.


Owethemba kweyakhe inhliziyo uyisiwula; kodwa ohamba ngokuhlakanipha uyakusindiswa.


Ngathi ekujuleni kwezinsuku zami: Ngizakuya emasangweni eHayidese; ngiphangiwe insali yeminyaka yami.


Uma ngithi kolungileyo uyakuphila isibili; uma ethembela ekulungeni kwakhe, enze ukungalungi, konke ukulunga kwakhe akuyikukhunjulwa; kepha ngenxa yobubi bakhe abenzileyo, uyakufa ngabo.


Wasekhuluma lumfanekiso kwabathile ababezithemba ukuthi balungile, bedelela abanye;


Njengokulotshiweyo ukuthi: Ngenxa yakho sibulawa usuku lonke; sibalwa njengezimvu zokuhlatshwa.


Owasikhulula ekufeni okungaka, njalo uyasikhulula;


Ngokuba asithandi, bazalwane, ukuba ningazi ngosizi lwethu olwasehlela e-Asiya, ukuthi sasicindezelekile ngaphezu kwamandla ethu, saze salahlekelwa nayithemba lokuphila.


Kungesikho ukuthi siyenelisa ngokwethu ukucabanga utho njengoluvela kithi; kodwa ukwenelisa kwethu kuvela kuNkulunkulu;


Kepha le ngcebo sinayo ezitsheni zebumba, ukuze ubukhulu bamandla obumangalisayo bube obukaNkulunkulu, bungabi buvela kithi.


Ethi uNkulunkulu unamandla okumvusa nakwabafileyo; lapho laye wamamukela khona ngomfanekiso.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ