Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngokuba imikhumbi yenkosi yahamba nezinceku zikaHiramu kuya eTharishishi; njalo ngeminyaka emithathu imikhumbi yaseTharishishi yafika iletha igolide, nesiliva, nezimpondo zendlovu, nezinkawu, namapigogo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngokuba inkosi yayinemikhumbi eyaya eTharishishi kanye nezinceku zikaHiramu; kanye ngeminyaka emithathu yafika imikhumbi yaseTharishishi iletha igolide, nesiliva, nezimpondo zendlovu, nezimfene, namapikoko.*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Inkosi uSolomoni yathumela imikhumbi yayo eTharishishi kanye nezinceku zikaHuramu. Kwakuthi kanye emuva kweminyaka emithathu, ifike imikhumbi yaseTharishishi ithwele igolide, isiliva, izimpondo zendlovu, izimfene, namapigogo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:21
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba inkosi yayinemikhumbi yaseTharishishi olwandle kanye nemikhumbi kaHiramu; kanye ngeminyaka emithathu imikhumbi yaseTharishishi yafika iletha igolide, nesiliva, nezimpondo zendlovu, nezinkawu, namapigogo.


UJehoshafati wenza imikhumbi evela eTharishishi ukuya e-Ofiri ukulanda igolide; kodwa kabahambanga; ngoba imikhumbi yaphuka e-Esiongeber.


UHiramu wamthumelela imikhumbi ngesandla sezinceku zakhe nezinceku ezazilwazi ulwandle; bahamba nezinceku zikaSolomoni e-Ofiri, bathatha khona amatalenta angamakhulu amane namashumi ayisihlanu egolide, baliletha enkosini uSolomoni.


Zonke izitsha zokuphuza zenkosi uSolomoni zazingezegolide, nazo zonke izitsha zendlu yehlathi laseLebanoni zazingezegolide elicwengekileyo; lalingento yalutho emihleni kaSolomoni.


Unike amaphigogo amaphiko amahle na? noma izimpiko nezimpaphe zentshe?


Amakhosi aseTharishishi naweziqhingi kumelwe alethe izipho; amakhosi aseSheba naseSeba ayonikela ngezipho.


Isiliva elinezingcwephe lilethwa livela eTharishishi, negolide lase-Ufazi, umsebenzi wengcweti nowezandla zomkhandi; izingubo zabo ziluhlaza nokububende; konke kungumsebenzi wamadoda anobuqili.


ITharishishi lalingumhwebi wakho ngenxa yobuningi bayo yonke inotho; bahwebelana ngombukiso wakho ngesiliva, nensimbi, nethini nomthofu.


Amadoda aseDedani ayengabathengi bakho; iziqhingi eziningi zaziyimpahla yesandla sakho; bakulethela izimpondo zendlovu nomsimbithi njengesipho.


Kepha uJona wasuka ukuba abalekele eTharishishi ebusweni bukaJehova, wehlela eJopha; wathola umkhumbi owawuya eTharishishi, wakhokha imali yokugibela, wangena kuwo, ukuze ahambe nawo, aye eTharishishi, asuke ebusweni bukaJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ