Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kwakukhona izinyathelo eziyisithupha zesihlalo sobukhosi, nesenabelo sezinyawo segolide, esasinamathele esihlalweni sobukhosi, nezisekelo ngapha nangapha kwesihlalo, kumi izingonyama ezimbili ngasezisekelo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Isihlalo sobukhosi sasinezikhwelo eziyisithupha, sinesenabelo segolide esasinamathelisiwe esihlalweni sobukhosi, nemikhono ngalapha nangalapha kwendawo yokuhlala, kumi izingonyama ezimbili ngaseceleni kwemikhono.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Isihlalo sobukhosi sasinezikhwelo eziyisithupha, sinesenabelo segolide esasinamatheliswe esihlalweni sobukhosi, nemikhono ngalapha nangalapha kwendawo yokuhlala, kumi izingonyama ezimbili eceleni kwemikhono.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:18
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngaphezu kwalokho, inkosi yenza isihlalo sobukhosi esikhulu sezinyo lendlovu yasinameka ngegolide elihlanzekile.


Kwakumi izingonyama eziyishumi nambili ngalapha nangalapha ezitebhisini eziyisithupha; Akwenziwanga into efana nayo kunoma yimuphi umbuso.


Bheka, abantu bayakuvuka njengengonyama enkulu, baziphakamise njengebhongo lengonyama;


Walala, walala phansi njengengonyama nanjengengonyamakazi; ngubani ozamvusa? Ubusisiwe okubusisayo, uqalekisiwe okuqalekisayo.


Omunye wamalunga wathi kimi: “Ungakhali; bheka, inqobile iNgonyama yesizwe sakwaJuda, iMpande kaDavide, ukuvula incwadi nokuthukulula izimpawu zayo eziyisikhombisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ