Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Isisindo segolide elatholwa nguSolomoni ngomnyaka owodwa sasingamatalenta angamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesithupha;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Isisindo segolide elafika kuSolomoni iminyaka yonke sasingamatalenta* angamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesithupha egolide

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Isisindo segolide elalilethwa kuSolomoni minyaka yonke lalingamathalenta angama-666 egolide,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:13
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UHiramu wamthumelela imikhumbi ngesandla sezinceku zakhe nezinceku ezazilwazi ulwandle; bahamba nezinceku zikaSolomoni e-Ofiri, bathatha khona amatalenta angamakhulu amane namashumi ayisihlanu egolide, baliletha enkosini uSolomoni.


Inkosi uSolomoni yanika indlovukazi yaseSheba konke ekufunayo, nakho konke ekucelile, ngaphandle kwalokho ekulethe enkosini. Wayesephenduka, waya ezweni lakubo, yena nezinceku zakhe.


Ngenxa yethempeli lakho eJerusalema, amakhosi azakulethela izipho.


Amakhosi aseTharishishi naweziqhingi kumelwe alethe izipho; amakhosi aseSheba naseSeba ayonikela ngezipho.


Uyakuphila, anikwe igolide laseSheba; futhi zonke izinsuku Uyodunyiswa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ