Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 8:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kodwa kubantwana babo abasala ngemva kwabo elizweni, abantwana bakoIsrayeli abangabaqedanga, bamkhokhisa uSolomoni intela kuze kube lamuhla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 abantwana babo abasala emva kwabo ezweni, abangaqedwanga ngabantwana bakwa-Israyeli, kubona uSolomoni wabiza izisebenzi kuze kube namuhla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 abozalo lwabo ababesele ezweni, ababengababhubhisanga abantu bakwa-Israyeli, uSolomoni wabenza izigqila kuze kube namuhla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 8:8
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Ahisari wayephezu kwendlu, u-Adoniramu indodana ka-Abida wayephethe abathelisi.


Kwathi ekupheleni kweminyaka engamashumi amabili uSolomoni akha izindlu ezimbili, indlu kaJehova nendlu yenkosi,


Abantwana babo abasala emva kwabo ezweni, abantwana bakwa-Israyeli ababengenakubaqalekisa, uSolomoni wabakhokhisa intela yenkonzo kuze kube namuhla.


Thina siyakugawula izinkuni eLebanoni njengokudinga kwenu; futhi kumelwe ukukhuphulele eJerusalema.


Kepha kubantwana bakwa-Israyeli uSolomoni akenzanga isigqila somsebenzi wakhe; kodwa babengamaqhawe nezinduna zezikhulu zakhe nezinduna zezinqola zakhe nabamahhashi bakhe.


Abazange bazibhubhise izizwe uJehova ayebayale ngazo.


Futhi abawaxoshanga amaKhanani ayakhe eGezeri; kepha amaKhanani ahlala phakathi kwabakwa-Efrayimi kuze kube namuhla, akhonza ngokuthela.


Kodwa lapho abantwana bakwa-Israyeli sebenamandla, bakhokhisa amaKhanani intela; kodwa kabaxotshanga ngokupheleleyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ