Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 8:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bonke abantu ababesele kumaHeti, nama-Amori, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, ababengebona abakwa-Israyeli,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Abantu bonke abaseleyo kumaHeti, nama-Amori, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, abangesibo abakwa-Israyeli,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Bonke abantu ababeyinsali yamaHithi, ama-Amori, amaPherizi, amaHivi namaJebusi, ababengesibo abozalo lwabaka-Israyeli,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 8:7
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwaba khona ukuxabana phakathi kwabelusi bezinkomo zika-Abrama nabelusi bemfuyo kaLoti; kwase behlala ezweni amaKhanani namaPherizi.


Thina siyakugawula izinkuni eLebanoni njengokudinga kwenu; futhi kumelwe ukukhuphulele eJerusalema.


neBhahalati nayo yonke imizi yokugcina impahla uSolomoni ayenayo, nayo yonke imizi yempi, nemizi yabamahhashi, nakho konke uSolomoni ayethanda ukukwakha eJerusalema, naseLebanoni, nakulo lonke izwe lombuso wakhe.


Kwathi lezo zinto sezenzekile, izikhulu zeza kimi, zathi: “Abantu bakwa-Israyeli nabapristi namaLevi abazahlukanisanga nabantu bamazwe ngokwenza izinengiso zabo kumaKhanani namaHeti, namaPherizi, namaJebusi, nama-Amoni, namaMowabi, namaGibhithe, nama-Amori.


Lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekungenise ezweni oya kulo ukulidla, esexoshile izizwe eziningi phambi kwakho, amaHeti, namaGirigashi, nama-Amori, namaKhanani, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, izizwe eziyisikhombisa. Mkhulu futhi unamandla kunawe;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ