Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 8:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 USolomoni wanikela ngeminikelo yokushiswa kuJehova e-altare likaJehova ayelakha phambi kompheme,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Khona uSolomoni wanikela ngeminikelo yokushiswa kuJehova e-altare likaJehova ayelakhe phambi kompheme

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 USolomoni wanikela lapho ngeminikelo yokushiswa kuSimakade, e-althare likaSimakade ayelakhe phambi kompheme,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 8:12
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

negolide elicwengekileyo lamagumbi enyama, nezitsha, nezindebe; nezitsha zegolide ngesisindo sezitsha ngazinye; nenani lesiliva ngesisindo sawo wonke umcengezi wesiliva.


USolomoni wakhuphukela khona e-altare lethusi phambi kukaJehova elalingasetendeni lokuhlangana, wanikela phezu kwalo iminikelo yokushiswa eyinkulungwane.


Kwathi u-Asa ezwa lawa mazwi nesiprofetho sika-Odedi umprofethi, waziqinisa, wasusa izithombe ezinengekayo ezweni lonke lakwaJuda noBenjamini, nasemizini ayeyithathile ezintabeni zakwa-Efrayimi, wayivuselela, walisusa i-altare. KaJehova owayephambi kompheme kaJehova.


Wenza i-altare lethusi, ubude balo babuyizingalo ezingamashumi amabili, nobubanzi balo buyizingalo ezingamashumi amabili, nokuphakama kwalo kwakuyizingalo eziyishumi.


Kuyakuba ngeyesikhulu ukuletha iminikelo yokushiswa, neminikelo yokudla, neminikelo yokuphuzwayo ngemikhosi, nangokuthwasa kwenyanga, nangamasabatha, ngayo yonke imikhosi yendlu yakwa-Israyeli; kumelwe alungise umnikelo wesono. Nomnikelo wempuphu, nomnikelo wokushiswa, neminikelo yokuthula, ukwenzela indlu yakwa-Israyeli ukubuyisana.


Wangingenisa egcekeni elingaphakathi lendlu kaJehova; bheka, ekungeneni kwethempeli likaJehova phakathi kompheme ne-altare, kwakukhona amadoda kungathi angamashumi amabili nanhlanu, efulathele ithempeli. Evela kuJehova, nobuso babo bubheke empumalanga; bakhuleka elangeni ngasempumalanga.


Abapristi, izinceku zikaJehova, mabakhale phakathi kompheme ne-altare, bathi: ‘Hawukela abantu bakho, Jehova, unganikeli ifa lakho libe yihlazo, ukuze abezizwe babuse phezu kwabo; bangasho ngani phakathi kwabantu ukuthi: “Uphi uNkulunkulu wabo na?


UJesu wayehambahamba ethempelini ekhulusini likaSolomoni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ