Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 7:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 USolomoni wagubha umkhosi ngaleso sikhathi izinsuku eziyisikhombisa, no-Israyeli wonke kanye naye, ibandla elikhulu kakhulu, kusukela ekuyeni eHamati kuze kube semfuleni waseGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 USolomoni wagubha-ke umkhosi ngaleso sikhathi izinsuku eziyisikhombisa, wonke u-Israyeli enaye, ibandla elikhulu kakhulu, kusukela ekuyeni eHamati kuze kube semfuleni waseGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Ngaleso sikhathi uSolomoni wagubha umkhosi izinsuku eziyisikhombisa, wonke u-Israyeli enaye, eyibandla elikhulu kakhulu, kusukela eLebo Hamathi kuze kube semfuleni eGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 7:8
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalolo suku uJehova wenza isivumelwano no-Abrama, wathi: “Inzalo yakho ngiyinike leli zwe, kusukela emfuleni waseGibhithe kuze kufike emfuleni omkhulu, umfula u-Ewufrathe.


Bonke abantu bakwa-Israyeli babuthana enkosini uSolomoni emkhosini ngenyanga ka-Ethanimi, eyinyanga yesikhombisa.


USolomoni wenza idili ngaleso sikhathi, no-Israyeli wonke enaye, ibandla elikhulu, kusukela ekuyeni eHamati kuze kube semfuleni waseGibithe, phambi kukaJehova uNkulunkulu wethu, izinsuku eziyisikhombisa nezinsuku eziyisikhombisa, izinsuku eziyishumi nane.


Abantu abaningi babuthana eJerusalema ukugubha umkhosi wesinkwa esingenamvubelo ngenyanga yesibili, ibandla elikhulu kakhulu.


Kwaba khona intokozo enkulu eJerusalema, ngokuba kusukela emihleni kaSolomoni indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli, akuzange kube khona okunjalo eJerusalema.


Ngalokho onke amadoda akwa-Israyeli abuthana emkhosini wenkosi owawusenyanga yesikhombisa.


Ngenyanga yesikhombisa, ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga, kumelwe enze kanjalo ngomkhosi wezinsuku eziyisikhombisa, ngokuvumelana nomnikelo wesono, ngokomnikelo wokushiswa, nomnikelo wokudla, namafutha.


Ngasentshonalanga kuyakuba khona uLwandle Olukhulu kusukela emkhawulweni kuze kube yilapho umuntu ewela ngaphesheya kweHamati. Lolu wuhlangothi lwasentshonalanga.


Kepha bhekani, ngiyakunivusela isizwe nina ndlu ka-Israyeli,” usho uJehova uNkulunkulu Sebawoti; bayakunicindezela kusukela ekuyeni eHemati kuze kufike emfuleni ogwadule.


Umkhosi wabaJuda wamadokodo wawususondele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ