Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 7:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Inkosi uSolomoni yanikela ngomhlatshelo wezinkomo eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili nezimvu eziyizinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili; inkosi nabo bonke abantu bayingcwelisa indlu kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Inkosi uSolomoni yanikela ngomhlatshelo wezinkunzi eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili nezimvu eziyizinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili. Inkosi nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli bahlambulula-ke indlu kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Inkosi uSolomoni yanikela ngomhlatshelo wezinkunzi eziyizi-22 000, nezimvu eziyizi-120 000. Inkosi nabo bonke abakwa-Israyeli, bayibusisa kanjalo-ke indlu kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 7:5
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bahlabela uJehova imihlatshelo, banikela ngeminikelo yokushiswa kuJehova ngangomuso izinkunzi eziyinkulungwane, nezinqama eziyinkulungwane, namawundlu ayinkulungwane neminikelo yakho yokuphuzwa nemihlatshelo eminingi ngo-Israyeli wonke.


USolomoni wakhuphukela khona e-altare lethusi phambi kukaJehova elalingasetendeni lokuhlangana, wanikela phezu kwalo iminikelo yokushiswa eyinkulungwane.


Bahlabela uJehova ngesikhathi sempango ababeyilethile, izinkomo ezingamakhulu ayisikhombisa nezimvu eziyizinkulungwane eziyisikhombisa.


Bheka, ngakhela igama likaJehova uNkulunkulu wami indlu ukuba ngiyingcwelise, ngishise impepho phambi kwakhe, kube yizinkwa zokubukwa njalonjalo, kube ngeminikelo yokushiswa ekuseni nakusihlwa ngamasabatha nangokwethwasa kwenyanga, emikhosini kaJehova uNkulunkulu wethu. Lokhu kungumthetho waphakade kwa-Israyeli.


Ngokuba uHezekiya inkosi yakwaJuda wanika ibandla izinkunzi eziyinkulungwane nezimvu eziyizinkulungwane eziyisikhombisa; izikhulu zanika ibandla izinkunzi eziyinkulungwane nezimvu eziyizinkulungwane eziyishumi, abapristi abaningi bazingcwelisa.


Inkosi uSolomoni nayo yonke inhlangano yakwa-Israyeli eyayibuthene kuyo phambi komphongolo banikela ngezimvu nezinkomo ezingenakubalwa nezingenakubalwa ngenxa yobuningi.


Inkosi nabo bonke abantu banikela imihlatshelo phambi kukaJehova.


Abapristi bema ezikhundleni zabo, namaLevi enezinsimbi zokubethela zikaJehova inkosi uDavide eyazenzayo ukuba kudunyiswe uJehova, ngokuba umusa wakhe umi phakade lapho uDavide edumisa ngenkonzo yabo; abapristi bavuthela amacilongo phambi kwabo, wonke u-Israyeli wema.


Kuyakuba ngeyesikhulu ukuletha iminikelo yokushiswa, neminikelo yokudla, neminikelo yokuphuzwayo ngemikhosi, nangokuthwasa kwenyanga, nangamasabatha, ngayo yonke imikhosi yendlu yakwa-Israyeli; kumelwe alungise umnikelo wesono. Nomnikelo wempuphu, nomnikelo wokushiswa, neminikelo yokuthula, ukwenzela indlu yakwa-Israyeli ukubuyisana.


UJehova uyakuthokozela izinkulungwane zezinqama noma amashumi ezinkulungwane zemifula yamafutha na? Ngiyakunikela ngezibulo lami ngenxa yesiphambeko sami, isithelo somzimba wami ngenxa yesono somphefumulo wami na?


Izikhulu zahlabela ukunikezelwa kwe-altare ngosuku lokugcotshwa kwalo, yebo, izikhulu zanikela ngomhlatshelo wazo phambi kwe-altare.


Kwakungumkhosi wokuhlanjululwa eJerusalema; kwakusebusika.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ