2 iziKronike 7:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Kwathi bonke abantwana bakwa-Israyeli bebona ukuthi umlilo wehla nenkazimulo kaJehova phezu kwendlu, bakhothama ubuso babo bubheke phansi endaweni egandayiwe, bakhuleka, bamdumisa uJehova, bathi: “Ngokuba muhle; ngokuba umusa wakhe umi phakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Lapho abantwana bakwa-Israyeli bebona ukwehla komlilo, nenkazimulo kaJehova iphezu kwendlu, bakhothama phansi ngobuso phezu kwendawo egandaywe ngamatshe, bakhuleka, babonga uJehova, ngokuba muhle nangokuba umusa wakhe umi phakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 Ngesikhathi abantu bakwa-Israyeli bebona ukwehla komlilo, nenkazimulo kaSimakade iphezu kwendlu, bakhothama bathi mbo ngobuso emhlabathini, phezu kwendawo eyayigandayiwe, bakhuleka, bambonga uSimakade, ngokuba muhle nangokuba umusa wakhe umi phakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |