2 iziKronike 7:17 - Contemporary Zulu Bible 202417 Kepha wena, uma uhamba phambi kwami njengalokho wahamba uyihlo uDavide, wenze njengakho konke engikuyale ngakho, ugcine izimiso zami nezahlulelo zami; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE17 “Wena-ke, uma uyakuhamba phambi kwami njengokuhamba kukaDavide uyihlo, wenze njengakho konke engikuyale ngakho, ugcine izimiso zami nezahlulelo zami, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202017 “Wena-ke, uma uyakuhamba phambi kwami njengoba kuhambe uDavide, uyihlo, ukwenze konke engikuyale ngakho, ugcine izimiso nezehlulelo zami, အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngakho-ke, Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, gcina encekwini yakho, ubaba uDavide, lokho owakuthembisa kuye ngokuthi: ‘Akuyikuntula muntu emehlweni ami ukuba ahlale esihlalweni sobukhosi sika-Israyeli; ukuze abantwana bakho babone indlela yabo, ukuthi bahambe phambi kwami, njengoba wahamba phambi kwami.
Ngakho-ke, Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, gcina encekwini yakho, ubaba uDavide, lokho owakuthembisa kuye ngokuthi: ‘Akuyikuntula muntu emehlweni ami ukuba ahlale esihlalweni sobukhosi sika-Israyeli; nokho ukuze abantwana benu baqaphele indlela yabo ukuhamba emthethweni wami, njengalokho nahamba phambi kwami.