2 iziKronike 6:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Kepha ngikhethile iJerusalema ukuba igama lami libe khona lapho; ngakhetha uDavide ukuba abe phezu kwabantu bami u-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 kodwa ngikhethe iJerusalema ukuba igama lami libe khona lapho, ngakhetha noDavide ukuba abe phezu kwabantu bami u-Israyeli.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20206 kodwa ngilikhethile iJerusalema ukuba igama lami libe lapho, ngimkhethile noDavide ukuba abe phezu kwabantu bami, u-Israyeli.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Inkosi uRehobowamu yaziqinisa eJerusalema, yabusa; ngokuba uRehobowamu wayeneminyaka engamashumi amane nanye ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesikhombisa eJerusalema, umuzi uJehova awukhethile ezizweni zonke zakwa-Israyeli ukuba awumise. Igama lakhe lapho. Igama likanina lalinguNahama wakwa-Amoni.