2 iziKronike 6:32 - Contemporary Zulu Bible 202432 “Futhi ngomfokazi ongesiye owabantu bakho u-Israyeli, ovela ezweni elikude ngenxa yegama lakho elikhulu, nesandla sakho esinamandla, nangengalo yakho eyeluliweyo; uma beza ukukhuleka kule ndlu; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE32 “Futhi owezizwe ongesiye owabantu bakho u-Israyeli, lapho evela ezweni elikude ngenxa yegama lakho elikhulu nesandla sakho esinamandla nengalo yakho eyeluliweyo, abesefika ukukhuleka kule ndlu, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202032 “Kuyakuthi uma owezizwe ongesiye owabantu bakho u-Israyeli, evela ezweni elikude, ngenxa yegama lakho elikhulu nesandla sakho esinamandla nengalo yakho eyeluliweyo, afike akhuleke kule ndlu, အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bayakuletha bonke abafowenu kube ngumhlatshelo kuJehova bevela ezizweni zonke begibele amahhashi, nangezinqola, nangezikebhe, naphezu kweminyuzi, nangezilwane ezinejubane, entabeni yami engcwele eJerusalema,” usho uJehova, “njengalokho abantwana bakwa-Israyeli beletha. “Umnikelo ngesitsha esihlambulukileyo endlini kaJehova.