Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 6:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 ukuze bakwesabe, bahambe ezindleleni zakho zonke izinsuku zokuphila kwabo ezweni owalinika obaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 ukuba bakwesabe, bahambe ngezindlela zakho zonke izinsuku zokuhamba kwabo ezweni owalinika obaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Ngakho-ke mabakwesabe, bahambe ngezindlela zakho zonke izinsuku zokuphila kwabo ezweni owalinika okhokho bethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 6:31
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yizwa-ke usemazulwini, indawo yakho yokuhlala, uthethelele, uphindisele yilowo nalowo njengazo zonke izindlela zakhe owazi inhliziyo yakhe; (Ngokuba Wena wazi izinhliziyo zabantwana babantu;)


“Futhi ngomfokazi ongesiye owabantu bakho u-Israyeli, ovela ezweni elikude ngenxa yegama lakho elikhulu, nesandla sakho esinamandla, nangengalo yakho eyeluliweyo; uma beza ukukhuleka kule ndlu;


Wathi kumuntu: “Bheka, ukumesaba uJehova kungukuhlakanipha; nokudeda ebubini kungukuqondisisa.


(Ihubo.) Babusisiwe bonke abamesabayo uJehova; abahamba ngezindlela zakhe.


Kodwa kuwe kukhona ukuthethelelwa, ukuze wesatshwe.


UMose wayesethi kubantu: “Ningesabi, ngokuba uNkulunkulu uze ukunivivinya, ukumesaba kube phambi kwenu, ukuze ningoni.


Khona ibandla lathola ukuphumula kulo lonke elaseJudiya, naseGalile, naseSamariya, lisakheka. Behamba ekwesabeni iNkosi, landa ngenduduzo kaMoya oNgcwele.


Kuphela yesabani uJehova, nimkhonze ngeqiniso ngayo yonke inhliziyo yenu; ngoba bhekani izinto ezinkulu anenzele zona.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ