Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 6:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Uma umuntu ona kumakhelwane wakhe, kufungiswe kuye isifungo sokumfungisa, bese kufika isifungo phambi kwe-altare lakho kule ndlu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 “Uma umuntu ona umakhelwane wakhe, athweswe isifungo sokumfungisa, abeseza ukufunga phambi kwe-altare lakho kule ndlu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 “Uma umuntu ona omunye, kufuneka ukuba enze isifungo, bese eza ezofunga phambi kwe-althare lakho kule ndlu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 6:22
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Khona-ke lalela ukunxusa kwenceku yakho nokwabantu bakho u-Israyeli abayakukucela kule ndawo; lalela indawo yakho yokuhlala, usezulwini; uma uzwa, thethelela.


Yizwa usezulwini, wenze, wahlulele izinceku zakho ngokuphindisela omubi, ubuyisele indlela yakhe phezu kwekhanda lakhe; nangokulungisisa olungileyo, ngokumnika njengokulunga kwakhe.


Khona-ke kuyakuba khona isifungo seNkosi phakathi kwabo bobabili, ukuthi akenzanga isandla sakhe empahleni yomakhelwane wakhe; umniniyo uyakuyithokozisa, angayikhokhi.


funa ngisuthe, ngikuphike ngithi: Ungubani uJehova? ukuze ngingabi mpofu ngebe futhi ngisebenzise iGama likaNkulunkulu wami ngeze.


Uma umuntu ona, ezwe izwi lesiqalekiso, engufakazi, noma ebonile noma ekwazi; uma engakhulumi, uyakuthwala ububi bakhe.


Futhi: Ofunga i-altare akulutho; kepha ofunga umnikelo ophezu kwawo unecala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ