Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 6:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wema phambi kwe-altare likaJehova phambi kobuso balo lonke ibandla lakwa-Israyeli, welula izandla zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Wema phambi kwe-altare likaJehova ebusweni balo lonke ibandla lakwa-Israyeli, welula izandla zakhe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 USolomoni wema phambi kwe-althare likaSimakade, phambi kwalo lonke ibandla lakwa-Israyeli, welula izandla zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 6:12
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lapho ebuka, bheka, inkosi imi ngasetsheni lesikhumbuzo njengokwesimiso, nezikhulu nabamacilongo kanye nenkosi, nabantu bonke bezwe bajabula bebetha amacilongo; u-Athaliya waklebhula izingubo zakhe, wakhala, wathi: “Ngugobe!


Inkosi yema ngasetsheni lesikhumbuzo, yenza isivumelwano phambi kukaJehova sokulandela uJehova, nokugcina imiyalo yakhe, nobufakazi bakhe, nezimiso zakhe ngayo yonke inhliziyo yabo nangawo wonke umphefumulo wabo, ukwenza amazwi alesi sivumelwano esimisiwe. Zilotshiwe kule ncwadi. Bonke abantu bema ngasesivumelwaneni.


Ngawufaka kulo umphongolo, okukhona kuwo isivumelwano sikaJehova asenza nabantwana bakwa-Israyeli.


USolomoni wenza isaka lethusi, ubude balo buyizingalo eziyisihlanu, nobubanzi balo buyizingalo eziyisihlanu, nokuphakama kwalo kwakuyizingalo ezintathu, walumisa phakathi negceke; wema phezu kwalo, waguqa phambi kwebandla lonke. Ka-Israyeli futhi welulela izandla zakhe ezulwini,


Uma ulungisa inhliziyo yakho, welulela izandla zakho kuye;


Umkhuleko wami mawube yimpepho phambi kwakho; nokuphakanyiswa kwezandla zami njengomhlatshelo.


Ngiyazelulela izandla zami kuwe; umphefumulo wami womele wena njengezwe elomileyo. Sela.


Yizwa izwi lokunxusa kwami, lapho ngikhala kuwe, lapho ngiphakamisela izandla zami endlini yakho engcwele.


Ngakho ngizakubusisa ngisaphila: ngiphakamise izandla zami ebizweni lakho.


Izikhulu ziyakuphuma eGibithe; ITopiya izokwelulela ngokushesha izandla zayo kuNkulunkulu.


UMose waphuma emzini kaFaro, welulela izandla zakhe kuJehova; kwanqamuka ukuduma nesichotho, nemvula ayizange inethe emhlabeni.


Ngubani phakathi kwenu omesabayo uJehova, olalela izwi lenceku yakhe, ohamba ebumnyameni, kungekho ukukhanya, na? makathembele eGameni likaJehova futhi ahlale kuNkulunkulu wakhe.


Ngakho-ke ngithanda ukuba amadoda akhuleke ezindaweni zonke, ephakamisa izandla ezingcwele, ngaphandle kolaka nokungabaza.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ