Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wenza amatafula ayishumi, wawabeka ethempelini, ayisihlanu ngakwesokunene namahlanu ngakwesokhohlo. Futhi wenza izitsha eziyikhulu zegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wenza amatafula ayishumi, wawabeka ethempelini, ayisihlanu ngakwesokunene nayisihlanu ngakwesokhohlo. Wenza nezitsha eziyikhulu zegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Wenza amatafula alishumi, wawabeka ethempelini, ayisihlanu ngakwesokunene, nayisihlanu ngakwesokhohlo. Wenza nezitsha zegolide eziyikhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:8
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wazenza zonke izinto zendlu kaJehova: i-altare legolide, netafula legolide okwakukhona kulo izinkwa zokubukwa;


USolomoni wazenza zonke izinto zendlu kaNkulunkulu, ne-altare legolide namatafula okwakubekwe kuwo izinkwa zokubukwa;


Kule ntaba uJehova Sebawoti uyakwenzela zonke izizwe ukudla okunamafutha, ukudla kwewayini elinenhlese, okunamafutha agcwele umongo, kwewayini elihlutshiweyo.


Kumelwe bangene endlini yami engcwele, futhi kumelwe basondele etafuleni lami ukuze bangikhonze, futhi kumelwe bagcine inkonzo yami.


Ngalolo suku kuyakubhalwe ezikhencezweni zamahhashi ukuthi: INGCWELE KUJEHOVA; amakhanzi endlini kaJehova ayakuba njengezitsha phambi kwe-altare.


Kodwa lina liyalingcolisa ngokuthi: Itafula leNkosi lingcolisiwe; nesithelo sawo, yebo, ukudla kwawo kunengekile.


Aninakuphuza indebe yeNkosi nendebe yamademoni; anikwazi ukuhlanganyela etafuleni leNkosi nasetafuleni lamademoni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ