2 iziKronike 4:1 - Contemporary Zulu Bible 20241 Wenza i-altare lethusi, ubude balo babuyizingalo ezingamashumi amabili, nobubanzi balo buyizingalo ezingamashumi amabili, nokuphakama kwalo kwakuyizingalo eziyishumi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Wenza i-altare lethusi; ubude balo babuyizingalo ezingamashumi amabili, nobubanzi balo babuyizingalo ezingamashumi amabili, nokuphakama kwalo kwakuyizingalo eziyishumi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20201 Wakha i-althare lethusi: ubude balo bungamakhubhithi angama-20, ububanzi balo bungamakhubhithi angama-20, nokuphakama kwalo kungamakhubhithi alishumi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngalolo suku inkosi yangcwelisa ingaphakathi legceke eliphambi kwendlu kaJehova; ngoba waletha lapho iminikelo yokutshiswa leminikelo eyenziwa ngomlilo lamahwahwa eminikelo yokubonga, ngoba ilathi lethusi elaliphambi kweNKOSI lalilincane kakhulu ukuthi lingamukela iminikelo yokutshiswa leminikelo eyenziwa ngomlilo lamahwahwa eminikelo yokubonga.