Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 32:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kwabuthana abantu abaningi abavala yonke imithombo nomfudlana odabula izwe, bathi: “Kungani kufanele kufike amakhosi ase-Asiriya athole amanzi amaningi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kwabuthana abantu abaningi, bavimba yonke imithombo, nomfudlana owawugobhoza phakathi nezwe, bathi: “Kungangani ukuba kufike amakhosi ase-Asiriya, afumane amanzi amaningi, na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Kwabuthana abantu abaningi, bayivimba yonke imithombo nomfudlana owawugobhoza phakathi nezwe, bathi: “Kungenzeka kanjani ukuba kufike amakhosi ase-Asiriya bese ethola amanzi amaningi na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 32:4
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wabuya ekumlandeleni, wathatha izinkabi, wazihlaba, wapheka ukudla kwazo ngezitsha zezinkabi, wanika abantu, badla. Wasuka-ke, wamlandela u-Eliya, wamkhonza.


Khona-ke unike inceku yakho inhliziyo eqondayo ukwahlulela abantu bakho, ukuze ngahlukanise phakathi kokuhle nokubi; ngoba ngubani ongahlulela lesi sizwe sakho esikhulu?


Ngomnyaka weshumi nane wenkosi uHezekiya, uSaneheribi, inkosi yase-Asiriya, wenyukela kuyo yonke imizi ebiyelweyo yakwaJuda, wayithumba.


Ngomnyaka wesine wenkosi uHezekiya, kwakungumnyaka wesikhombisa kaHoseya indodana ka-Ela, inkosi yakwa-Israyeli, uShalimaneseri inkosi yase-Asiriya wahlasela iSamariya, walivimbezela.


Impela, Jehova, amakhosi ase-Asiriya azichithile izizwe namazwe azo,


Ezinye izindaba zikaHezekiya nawo wonke amandla akhe, nokuthi ageze ngomsele, wangenisa amanzi emzini, angithi kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwaJuda na?


Basuka, basusa ama-altare ayeseJerusalema, nawo onke ama-altare empepho bawasusa, bawaphonsa emfudlaneni iKidroni.


Ngemva kwalezi zinto nokuqiniswa kwazo, uSaneheribi inkosi yase-Asiriya wafika wangena kwaJuda, wamisa phezu kwemizi ebiyelweyo, ecabanga ukuzithathela yona.


Wacebisana nezikhulu zakhe namaqhawe akhe ukuba bavimbe amanzi emithombo eyayingaphandle komuzi, bamsiza.


Yena lowo Hezekiya wavala umsele wamanzi ongaphezulu waseGihoni, wawaqondisa, waqonda ngasentshonalanga komuzi kaDavide. UHezekiya waphumelela emisebenzini yakhe yonke.


Ngokuba uthi: “Izikhulu zami azisiwo amakhosi na?”


Wenza umsele wamanzi edamu elidala phakathi kwezingange zombili, kepha anizange nibheke umenzi wawo, noma lowo owawabumba kudala.


Niyibonile imifantu yomuzi kaDavide ukuthi miningi; futhi nabutha amanzi echibi elingaphansi.


Dala amanzi okuvinjezelwa, uqinise izinqaba zakho; ngena odakeni unyathele udaka, uqinise ihhonela lezitini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ