Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 32:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Yena lowo Hezekiya wavala umsele wamanzi ongaphezulu waseGihoni, wawaqondisa, waqonda ngasentshonalanga komuzi kaDavide. UHezekiya waphumelela emisebenzini yakhe yonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Yena lowo Hezekiya wavimbezela umthombo wasenhla wamanzi aseGihoni, wawaqondisa ngasentshonalanga komuzi kaDavide. UHezekiya waphumelela emisebenzini yakhe yonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 UHezekiya wavimba umthombo ongenhla wamanzi eGihoni, wawaqondisa entshonalanga yomuzi kaDavide. UHezekiya waphumelela kuyo yonke imisebenzi yakhe ayeyenza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 32:30
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yasisithi kubo: Thathani izinceku zenkosi yenu, lihambe lani, uSolomoni indodana yami agibele umnyuzi wami, limehlisele eGihoni.


Khona behla uSadoki umpristi, noNathani umprofethi, noBenaya indodana kaJehoyada, namaKreti namaPheleti, bamkhwelisa uSolomoni phezu komnyuzi wenkosi uDavide, bamyisa eGihoni.


USadoki umpristi noNathani umprofethi bamgcoba eGihoni ukuba abe yinkosi; Lo msindo owuzwile.


Ezinye izindaba zikaHezekiya nawo wonke amandla akhe, nokuthi ageze ngomsele, wangenisa amanzi emzini, angithi kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwaJuda na?


Wamfuna uNkulunkulu ezinsukwini zikaZakariya, owayenengqondo emehlweni kaNkulunkulu; zonke izinsuku zokumfuna kwakhe uJehova, uNkulunkulu wamphumelelisa.


Wacebisana nezikhulu zakhe namaqhawe akhe ukuba bavimbe amanzi emithombo eyayingaphandle komuzi, bamsiza.


Kwabuthana abantu abaningi abavala yonke imithombo nomfudlana odabula izwe, bathi: “Kungani kufanele kufike amakhosi ase-Asiriya athole amanzi amaningi na?


Emva kwalokho wakha ugange ngaphandle komuzi kaDavide ngasentshonalanga kweGihoni esigodini kwaze kwaba sekungeneni kweSango Lezinhlanzi, walihaqa i-Ofeli, waliphakamisa kakhulu. Kuyo yonke imizi ebiyelweyo yakwaJuda.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ