Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 32:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wacebisana nezikhulu zakhe namaqhawe akhe ukuba bavimbe amanzi emithombo eyayingaphandle komuzi, bamsiza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 welulekana nezikhulu zakhe namaqhawe akhe ukuba bavimbe amanzi emithombo eyayingaphandle komuzi; bamsiza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 welulekana nezikhulu zakhe namaqhawe akhe ukuba bavimbe amanzi emithonjeni eyayingaphandle komuzi; nempela bamsiza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 32:3
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uthi, (kepha lawa ngamazwi ayize): Ngilamacebo lamandla okulwa. Pho nithemba bani ukuthi nihlubuke Kimi?


Ezinye izindaba zikaHezekiya nawo wonke amandla akhe, nokuthi ageze ngomsele, wangenisa amanzi emzini, angithi kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwaJuda na?


Inkosi kanye nezikhulu zayo nalo lonke ibandla laseJerusalema bacebisana ukwenza iphasika ngenyanga yesibili.


Lapho uHezekiya ebona ukuthi uSaneheribi ufikile nokuthi uhlose ukulwa neJerusalema,


Yena lowo Hezekiya wavala umsele wamanzi ongaphezulu waseGihoni, wawaqondisa, waqonda ngasentshonalanga komuzi kaDavide. UHezekiya waphumelela emisebenzini yakhe yonke.


Kwabuthana abantu abaningi abavala yonke imithombo nomfudlana odabula izwe, bathi: “Kungani kufanele kufike amakhosi ase-Asiriya athole amanzi amaningi na?


Ngaphandle kokululekwa imigomo iyajabha, kepha iqiniswa ngobuningi babeluleki.


Yonke inhloso inqunywa ngokululekana, nempi yenziwa ngeseluleko esihle.


Ngokuba ngeziluleko ezihlakaniphileyo uyakulwa impi yakho, futhi ngobuningi babeluleki kukhona ukuphepha.


Ngubani owaqondisa uMoya kaJehova, wamfundisa, uma engumeluleki wakhe na?


Dala amanzi okuvinjezelwa, uqinise izinqaba zakho; ngena odakeni unyathele udaka, uqinise ihhonela lezitini.


Ngokuba ngubani owazi umqondo weNkosi na? Ngubani obe ngumeluleki wakhe na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ