Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 32:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngalokho inkosi uHezekiya no-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose, bakhuleka, babiza ezulwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 UHezekiya inkosi no-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose, bakhuleka ngenxa yalokho, bakhala ngasezulwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 UHezekiya inkosi, no-Izaya umphrofethi, indodana ka-Amose, bakhuleka ngenxa yalokhu, bakhala bebhekise ezulwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 32:20
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi inkosi uHezekiya isizwile, yaklebhula izingubo zayo, yembatha indwangu yamasaka, yangena endlini kaJehova.


Lapho uJuda ebheka emuva, impi yayingaphambili nangemuva, bambiza uJehova, abapristi babetha amacilongo.


U-Asa wayesephuma ukumhlangabeza, balwa esigodini saseSefatha eMaresha.


U-Asa wayesekhuleka kuJehova uNkulunkulu wakhe, wathi: “Jehova, akulutho kuwe ukusiza, hhayi ngabaningi nabangenamandla; sisize, Jehova Nkulunkulu wethu; ngokuba sincike kuwe, nangegama lakho siyakumelana nalesi sixuku. Jehova, unguNkulunkulu wethu; makungahlulwa muntu.


Bakhuluma kabi ngoNkulunkulu waseJerusalema njengonkulunkulu bezizwe zomhlaba, ababengumsebenzi wezandla zabantu.


UJehova wathuma ingelosi yabulala onke amaqhawe anamandla, nezikhulu, nezinduna ekamu lenkosi yase-Asiriya. Ngakho wabuyela ezweni lakubo enamahloni. Lapho engena endlini kankulunkulu wakhe, abaphuma ezibilinini zakhe bambulala lapho ngenkemba.


Futhi ungibize ngosuku lwenhlupheko: ngizakusindisa, njalo uzangidumisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ