Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 32:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Bakhuluma kabi ngoNkulunkulu waseJerusalema njengonkulunkulu bezizwe zomhlaba, ababengumsebenzi wezandla zabantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Bakhuluma ngoNkulunkulu waseJerusalema njengangawonkulunkulu babantu bomhlaba abangumsebenzi wezandla zabantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Bakhuluma ngoNkulunkulu waseJerusalema njengonkulunkulu babantu bomhlaba abangumsebenzi wezandla zabantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 32:19
31 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwasekufika umuntu kaNkulunkulu, wakhuluma enkosini yakoIsrayeli, wathi: Itsho njalo iNkosi: Ngoba amaAramu athi: I Nkosi inguNkulunkulu wezintaba, kodwa kayisuye uNkulunkulu wezigodi; nikela esandleni sakho sonke lesi sixuku esikhulu, nazi ukuthi nginguJehova.


abaphonsa onkulunkulu bawo emlilweni, ngokuba babengesibo onkulunkulu, babengumsebenzi wezandla zomuntu, ukhuni netshe; ngalokho babachitha.


Ngalokho inkosi uHezekiya no-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose, bakhuleka, babiza ezulwini.


Kepha ngikhethile iJerusalema ukuba igama lami libe khona lapho; ngakhetha uDavide ukuba abe phezu kwabantu bami u-Israyeli.


Khumbula ukuthi isitha sithukile, Jehova, nokuthi abantu abayiziwula balihlambalazile igama lakho.


Kepha wakhetha isizwe sakwaJuda, iNtaba yaseSiyoni ayithandayo.


Khona-ke izithunywa zesizwe ziyoziphendula zithini? Ukuthi uJehova umisile iSiyoni, futhi abampofu babantu bakhe bayothembela kulo.


Izwe labo ligcwele izithombe; bakhonza umsebenzi wezandla zabo, owenziwe yiminwe yabo;


babaphonsa emlilweni onkulunkulu bawo, ngokuba babengesibo onkulunkulu, babengumsebenzi wezandla zomuntu, ukhuni netshe; ngalokho babachitha.


Ngiyakumemezela izahlulelo zami kubo ngokuphathelene nabo bonke ububi babo, abangidelile, bashisela abanye onkulunkulu umusi, bakhuleka emisebenzini yezandla zabo.


Ngokuba imikhuba yabantu iyize, ngokuba umuntu ugawula umuthi ehlathini, umsebenzi wezandla zesisebenzi ngembazo.


Isiliva elinezingcwephe lilethwa livela eTharishishi, negolide lase-Ufazi, umsebenzi wengcweti nowezandla zomkhandi; izingubo zabo ziluhlaza nokububende; konke kungumsebenzi wamadoda anobuqili.


Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli nabantwana bakwaJuda benzile okubi kuphela phambi kwami kwasebusheni babo, ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bangicunule ngomsebenzi wezandla zabo kuphela,” usho uJehova.


Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngokuba oMowabi noSeyiri bathi: ‘Bheka, indlu yakwaJuda injengazo zonke izizwe;


Kanjalo nazidla ngami ngomlomo wenu, nanda amazwi enu kimi; ngiwezwile.


Uqalekisiwe umuntu owenza noma yisiphi isithombe esibaziweyo noma esibunjiweyo, into enengekayo kuJehova, umsebenzi wezandla zengcweti, asibeke endaweni ecashile. Futhi bonke abantu kumelwe baphendule bathi: Amen!


Kumelwe nikhonze lapho onkulunkulu, umsebenzi wezandla zomuntu, imithi namatshe, abangaboni, abangezwa, abangadli, abangahogi.


Kepha nize entabeni yaseSiyoni, nasemzini kaNkulunkulu ophilayo, iJerusalema lasezulwini, naseviyo lezingelosi ezingenakubalwa.


Inceku yakho ibulele kokubili ingonyama nebhere, futhi lo mFilisti ongasokile uyakuba njengenye yazo, ngoba udelele amabutho kaNkulunkulu ophilayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ