2 iziKronike 32:12 - Contemporary Zulu Bible 202412 Yena lowo Hezekiya akasusanga yini izindawo zakhe eziphakemeyo nama-altare akhe, wayala uJuda neJerusalema, wathi: “Niyakukhuleka phambi kwe-altare linye, nishise impepho phezu kwalo, na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Yena lowo Hezekiya akasusanga yini izindawo eziphakemeyo nama-altare akhe, wayala uJuda neJerusalema, wathi: ‘Niyakukhuleka phambi kwe-altare linye, nishise impepho,’ na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202012 “Yena lowo Hezekiya akasusanga yini izindawo eziphakemeyo nama-althare akhe, wayala uJuda neJerusalema, wathi: ‘Niyakukhuleka phambi kwe-althare linye, nishise impepho kulo na?’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kwathi sekuphelile konke lokho, wonke u-Israyeli owayekhona waphuma waya emizini yakwaJuda, waphahlaza izinsika, wagawula izihlahla, wadiliza izindawo eziphakemeyo nama-altare kuwo wonke uJuda noBenjamini, kwa-Efrayimi noManase. Futhi, baze babashaya bonke ngesiqalekiso. Bonke abantwana bakwa-Israyeli babuyela, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe, emizini yakubo.