Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 32:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 UHezekiya ubengafanele yini ukuniyenga ukuba nizinikele ekubulaweni yindlala nokoma, ethi: ‘UJehova uNkulunkulu wethu uyakusophula esandleni senkosi yase-Asiriya?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UHezekiya akaniyengi yini ukuba aninikele, nife ngendlala nangokoma, ethi: ‘UJehova uNkulunkulu wethu uyakusophula esandleni senkosi yase-Asiriya,’ na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 UHezekiya akaniyengi yini ukuba aninikele, nife yindlala nokoma, ethi: ‘USimakade uNkulunkulu wethu uyakusisindisa esandleni senkosi yase-Asiriya na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 32:11
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa induna yathi kubo: Inkosi yami ingithumile yini enkosini yenu lakuwe ukukhuluma lamazwi? Akangithumanga yini kubantu abahlezi phezu komduli ukuba badle ubulongwe bawo, baphuze umchamo wabo kanye nani?


Futhi uHezekiya angalenzi nethembe uJehova ngokuthi: ‘UJehova uyakusophula nokusophula, nalo muzi awuyikunikelwa esandleni senkosi yase-Asiriya.


Ngakho lizakhuluma kuHezekhiya inkosi yakoJuda lithi: Kangalikhohlisi uNkulunkulu wakho omethembayo ngokuthi: IJerusalema kayiyikunikelwa esandleni senkosi yeAsiriya.


Usho kanje uSaneheribi, inkosi yase-Asiriya, uthi: “Nithembani ukuba nihlezi ekuvinjezelweni kweJerusalema na?


Yena lowo Hezekiya akasusanga yini izindawo zakhe eziphakemeyo nama-altare akhe, wayala uJuda neJerusalema, wathi: “Niyakukhuleka phambi kwe-altare linye, nishise impepho phezu kwalo, na?


Ngakho-ke makanganikhohlisi uHezekiya, anikhohlise ngale ndlela, ningakholwa nguye namanje; ngoba akukho nkulunkulu wanoma yisiphi isizwe noma umbuso owakwazi ukusindisa abantu bakhe esandleni sami nasesandleni sabobaba. Kancinyane uNkulunkulu wenu kazalikhulula esandleni sami?


Wathembela kuJehova ukuthi uzakumsindisa; makamsindise, ngokuba ethokoza ngaye.


Baningi abathi ngomphefumulo wami: Akakho ukusindiswa kwakhe kuNkulunkulu. Sela.


Njengenkemba emathanjeni ami, izitha zami ziyangihlambalaza; lapho bethi kimi insuku zonke: Uphi uNkulunkulu wakho?


wathi: “UNkulunkulu umshiyile; msukeleni nimbambe; ngoba kakho omsindisayo.


Kodwa induna yathi: Inkosi yami ingithumile yini enkosini yakho lakuwe ukukhuluma lamazwi? Akangithumanga yini kubantu abahlezi phezu komduli ukuba badle ubulongwe bawo, baphuze umchamo wabo kanye nani?


Qaphelani ukuba uHezekiya anganiyengi ngokuthi: ‘UJehova uyakusisindisa. Onkulunkulu bezizwe walisindisa yini izwe lakhe esandleni senkosi yase-Asiriya na?


Wathembela kuNkulunkulu; makamkhulule manje, uma emthanda, ngokuba wathi: Mina ngiyiNdodana kaNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ