Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 31:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wamisa nesabelo senkosi sempahla yayo njengeminikelo yokushiswa, eyeminikelo yokushiswa yasekuseni neyakusihlwa, neminikelo yokushiswa yamasabatha, neyokwethwasa kwezinyanga, neyemikhosi, njengokulotshiweyo emthethweni kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 nesabelo senkosi emfuyweni yayo ukuba sibe ngeseminikelo yokushiswa, eseminikelo yokushiswa yasekuseni neyakusihlwa, neseminikelo yokushiswa yamasabatha, neyokwethwasa kwenyanga, neyemikhosi emisiweyo njengokulotshiweyo emthethweni kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Isabelo senkosi emfuyweni yayo kwakuba ngesokwenza iminikelo yokushiswa, eyasekuseni neyakusihlwa, iminikelo yokushiswa yamasabatha, eyokwethwasa kwenyanga neyemikhosi emisiweyo, njengokulotshiweyo emthethweni kaSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 31:3
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UShelomoti nabafowabo babephethe yonke ingcebo yezinto ezingcwele, inkosi uDavide, nezinhloko zawoyise, nezinduna zezinkulungwane nezamakhulu, nezinduna zempi ezazingcwelisile.


Ngokuba uHezekiya inkosi yakwaJuda wanika ibandla izinkunzi eziyinkulungwane nezimvu eziyizinkulungwane eziyisikhombisa; izikhulu zanika ibandla izinkunzi eziyinkulungwane nezimvu eziyizinkulungwane eziyishumi, abapristi abaningi bazingcwelisa.


UJosiya wabanika abantu bonke ababekhona, izimvu, amawundlu, nezimbuzi, kube okwemihlatshelo yephasika, kubo bonke ababekhona, inani lezinkulungwane ezingamashumi amathathu nantathu; lalingelenkosi.


Kuyakuba ngeyesikhulu ukuletha iminikelo yokushiswa, neminikelo yokudla, neminikelo yokuphuzwayo ngemikhosi, nangokuthwasa kwenyanga, nangamasabatha, ngayo yonke imikhosi yendlu yakwa-Israyeli; kumelwe alungise umnikelo wesono. Nomnikelo wempuphu, nomnikelo wokushiswa, neminikelo yokuthula, ukwenzela indlu yakwa-Israyeli ukubuyisana.


Ngosuku lwesithupha izinkunzi eziyisishiyagalombili, izinqama ezimbili, nezimvu zamawundlu ezineminyaka eyishumi nane ezingenasici;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ